Nawe
Simmy
Текст песни
Awu seng’ze ngam’thola ofana nawe
Ufun' uqobo lwami, lutho oluningi
Asevele akubona amehlo 'ami
Nenhliziyo yami yona isivumile
Oh kuphele izinsuku, k’phele amaviki
K’phele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku, k’phele amaviki
K’phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng’funana nonjengawe

Sengize ngam’thola ofana nawe
Omelana nami awubuz' okuningi
Usuvele wakukhetha umunwe wami
Nengqondo yami yona isivumile
Oh kuphele izinsuku, k’phele amaviki
Kphele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku, k’phele amaviki
K’phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng’funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng’funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng’funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng’funana nonjengawe
Тексты других песен исполнителя
© 2017–2025
Тексты
песен
Все тексты песен на сайте размещены пользователями, редакцией или собраны из открытых источников.
При копировании материалов ссылка на сайт обязательна.
Уважаемые обладатели прав на музыку! На сайте не выкладывается музыка, ее нельзя скачать, послушать
и тому подобное.