Текстов песен в базе: 1 278 222
Qhawe

Qhawe

Jst Sako

Текст песни

UMakaz' ath' umbambe ngendlebe
Kusiza ngani ngoba angeke alalele
Singumndeni nathi sikhathele
Yikh' umfana ayobhadl' ejele
UMakaz' ath' umdonse ngendlebe
Kusiza ngani ngoba angeke alalele
Singumndeni nathi sikhathele
Yikh' umfana ayodum' ejele
Makapheth' amajit' uyaswenk' umfana
Akabambek' uyashis' umfana
Makapheth' intombi uyachom' umfana
Makashay' ubhiy' uyasilinga umfana
Kuhlezi kujuthwana ngeyi way eyirongo
Yikh' uMam' ehlez' ekuthel’imvumbu
Hhaaaa
Makapheth' amajit' uyaswenk' umfana
Akabambek' uyashis' umfana
Makaphth' intombi uaychom' umfana
Makashay' ubhiy' uyasiling' umfana
Kuhlezi kujuthwana ngeyi way eyirongo
Yikh' uMa hlez' ekuthel' imvumbu
Hhaaaa ngibong' i-oulady (Yindlovukazi yami)
Ngibong' i -oulady ngokungifak' endleleni
Ngibong' i- oulady (Yindlovukazi yami)
Ngibong' i-oulady ngokungifak' endleleni
Uyohlezi uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe kimi
Uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe kimi
Uyohlezi uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe kimi
Uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe
Abo rhata bafika silele
Batshel' uMa ukuth' umfan' ulimele
Siringa kanje uyikhomb' esibhedlele
Thembinkosi, vusa abalele
Abo rhata bafika silele
Batshel' uMa ukuth' umfan' ulimele
Siringa kanje uyikhomb' esibhedlele
Thembinkosi, vusa abalele
Makapheth' amajit' uyaspit' umfana
Akakhuzek' uyashis' umfana
Makapheth' igoni uyahluph' umfana
Akalalel' uyaqin' umfana
Kuhlezi kujuthwana ngeyi way eyirongo
Yikh' uMam' ehlez' ekuthel' imvumbu
Hhaaa
Makapheth' amajit' uyaspit' umfana
Akakhuzek' uyashis' umfana
Makapheth' igoni uyahluph' umfana
Akalalel' uyaqin' umfana
Kuhlezi kujuthwana ngeyi way eyirongo
Yikh' uMam' ehlez' ekuthel' imvumbu
Hhaaaa ngibong' i-oulady (Yindlovukazi yami)
Ngibong' i -oulady ngokungifak' endleleni
Ngibong' i- oulady (Yindlovukazi yami)
Ngibong' i-oulady ngokungifak' endleleni
Uyohlezi uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe kimi
Uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe kimi
Uyohlezi uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe kimi
Uyiqhawe qhawe qhawe qhawe qhawe
UMakaz' ath' umbambe ngendlebe
Kusiza ngani ngoba angeke alalele
Singumndeni nathi sikhathele
Yikh' umfana ayodwadl' ejele
UMakaz' ath' umdonse ngendlebe
Kusiza ngani ngoba angeke alalele
Singumndeni nathi sikhathele
Yeka lent' iyodum' ejele
Makapheth' amajit' uyaswenk' umfana
Akabambek' uyashis' umfana
Makapheth' intombi uyachom' umfana
Makashay' ubhiy' uyasilinga umfanaaaa
Поделиться ссылкой:
Короткая ссылка: https://tekstpesni.ru/s/W3s
© 2017–2025 Тексты песен
Все тексты песен на сайте размещены пользователями, редакцией или собраны из открытых источников.
При копировании материалов ссылка на сайт обязательна.
Связаться
Уважаемые обладатели прав на музыку! На сайте не выкладывается музыка, ее нельзя скачать, послушать и тому подобное.