Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi
(Izintombi zami)
Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala
Whoah yingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi
(Izintombi zami)
Uma ngingen' esibhedlele mina
Ngiyofun' usizo lwempilo yam
Bafike bathi hamba baba awunalutho
Uma ngingen' emthola mpilo mina
Ngiyofun' usizo ngempilo yam
Bafike bethi hamba baba awunalutho
Awu ngomoya wami
Awu ngempilo yami
Awungitshele Nobuhle wami
Wena ngathandana nawe
Wangibhanqa nabangaki awungitshele
(Babebabili)
Awungitshele Nomusa wami
Wena ngathandana nawe
Wangibhanqa nabangaki na ngithi awungitshele
(Babebathathu)
Kwakungamele ukuthi ningibhanqe
Nabantu abaningi
Ngoba nani niyazi
Kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, fo
Kwakungamele ukuthi ningibhanqe
Nabantu abaningi
Ngoba nani niyazi
Kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, ngedwa
Awungitshele Sindisiwe wami
Wena ngoba ngihlala nawe endlini
Bangaki na ongibhanqe nabo
Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe dali
Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe dali
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe
Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani
(Ngikuthembe kangaka)
Wangibulala sthandwa
(Kanti unesandla ekudleni kwam)
Wangibulala Nomusa wami kanti unjani
Wangibulala sthandwa
(Aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe)
Wangibulala Sindi wami kanti unjani
(Ngikuthembe kangaka)
Wangibulala sthandwa
(Nesandla)
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
(Wayengcono kabi uZinhle)
Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani