Igolide
Mnqobi Yazo
Текст песни
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Ngizobe ngiphath' igolide
Ng’zobe ng’phath' igolide nesiliva ntombi
Ngoba manje angikwazi ngish' ukuthengela nochocolati
Kufika usuku lwakho lokuzalwa kwehla izinyembezi
Uthola amapresent left and right k’mina ungatholanga lutho
Ngizocomplain kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi
Kuhlupheka kwami wangiphatha kanje kade ngithi sesiyazwana
Kuhlupheka kwami wafika nesinyama kade ngithi sekuyakhanya
Ngashiywa umuntu ebesengithembile kuthi mina ngiyamthanda
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela ezendoda
Engenalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla', kusasa
Ngizobe ngiphath' igolide
Ng’zobe ng’phath' igolide nesiliva ntombi
Eh, Kusile
Avuke ahambe emsebenzini
Ngilele
Ngicabangana nephupho lami
Intende
Ngithemb' ukuthi ngizophumelela
Kumele
Oh kumele nje
Kubuhlungu ukuthi angik’afford ukujabulisa wena ntombi
Amandla ami aphelele ekutheni ngiyakuthanda ntombi
Akukho okudlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho nje
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela, ezendoda
Enganalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Ngizobe ngiphath' igolide
Ng’zobe ng’phath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Тексты других песен исполнителя
© 2017–2025
Тексты
песен
Все тексты песен на сайте размещены пользователями, редакцией или собраны из открытых источников.
При копировании материалов ссылка на сайт обязательна.
Уважаемые обладатели прав на музыку! На сайте не выкладывается музыка, ее нельзя скачать, послушать
и тому подобное.